Maphumulo Local Municipality

Maphumulo Local Municipality

Share

22/04/2026

[UTHI UBUWAZI NJE] Ukuthi izimbizo zika Mayor zokubonisana no Mphakathi ngohlelo lwentuthuko edidiyelwe kanye nesabelo mali esihlongozwayo for unyaka wezimali ka 2026-27 ziyaqhubeka nakuleli viki.

Mhlaka 23 April 2026 sizobe sise ward 9 eDludla Primary ekuseni ngo 9am lindeleke abantu babe sebekhona.

Bese ngosuku olufanayo sizoba se Ward 10 Okhalweni sport ground ngo 1pm kulindeleke ukuthi abantu babe sebekhona.

Ngo mhlaka 24 April 2026 sizobe sise Ward 3 Emphise ngo 9am silindele ukuthi babe sebekhona.

Asihlangane khona sonke.

[ISAZISO SOMPHAKATHI]
UMasipala wakwaMaphumulo uholwa uMeya Zibuyisile Khuzwayo-Dlamini kusasa uzoqalisa Imijikelezi yezimbizo ZeIDP nalopho kunxuswa amalunga omphakathi ukuba baphathe omazisi kanye neslipsokuhola sakwa SASSA okanye Isitatimende sasebhange ukuze besizakale ohlelweni logesi wesaphulelo.

Photos from Maphumulo Local Municipality's post 21/04/2026

[UHLELO LUKA HOME AFFAIRS LOKULETHA USIZO NGOMAZISI LUHAMBELE KU WADI 05]

Namuhla uMasipala wakwaMaphumulo ngokophiko lakwa Operation Sukuma Sakhe kanye noKhansela waku Wadi 5 uCllr S.H Zulu babe yingxenye yokuhambela koMnyango weZasekhaya (Home Affairs) ukulethwa kosizo lokwenza omazisi abangama smart card olunguMahamba nendlwana eHholo lomphakathi endaweni yakwaMxhosa.

Lena enye yemizamo yalomnyango yokusondeza usizo emiphakathini ngengoba osezinhlelweni zokuqeda ngomazisi abalibhuku elikuhlazakube ama smart card.

Photos from KwaZulu-Natal Department of Social Development's post 20/04/2026

[IMBILA YASWELA UMSILA NGOKU YALEZELA]

Bheka naka amathuba omsebenzi avela kumnyango wakwa Social Development esifundazweni sa Kwa Zulu Natal.

Closing date 08 May 2026.

Want your organization to be the top-listed Government Service in Mapumulo?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Culinary Team

Attire

Telephone

Address

MR711, Lot No. 152
Mapumulo
4470