Auria Salt
Molweni Ngosuku lokuhola o Enzo ngizobe ngiKhona😊❤️🥺
Ngicela abasebenzayo bengangicasukeli nge Auria salt bezame ukushiya Imali kubantu ababathembayo ngoba NGO 12 liyaphela 🥳mabeshiye Imali kuzoba Lula ngiqale ngabo😩 first come first serve (bathi abantu Imali iyafana ubekela abanjani )🙆
Ngisacela ukungezi Monday guys abantu abaningi bazoza ngezi 2 ❤️ngixolise kakhulu kulaba ebesengiba thembise I Monday 🤝
I Massage eqhamuka Ku inbox ungixolele bhuti ngokuyibhala Lana ukuthi ngyajabula makukhona ababuyayo bezobonga ❤️😊
Sawubona Sisi ngiyabonga kakhulu ngokungisondezela I Aura salt bengihlezi ngizwa ngayo nangemisebenzi Yayo nokuthi uyisebenzisa kanjani
Mina uyazi ukuthi Ngosuku engathenga ngayo angibuzanga lutho Ngoba ngase ngazi ngayo
Ngike ngageza ngayo ebusuku before ngilale ngamanzi abandayo njalo ngesikhathi esisodwa ngacela konke engikufunayo benginokulala nesilwane Kodwa asisekho kumanje ngikhuluma ngibiziwe emsebenzini wami engase ngixoshwe kuwo 🤝(shuthi isona leslwane ebesingivalela izinto)
Ngisacela ukubona abafuna ngibaphathele I Aura salt Monday umuntu Asho ufuna ngaki ngingathi sengifikile ebethe ucela 1 kuyaba usethatha 4😁
Ngizogibelela nento ekhona ngazeli abantu ababili❤️ nikhumbule R40
Ngitholakala ngase posini
Click here to claim your Sponsored Listing.