Stimela Luthuli RSA
Izinkunzi eyndala😅😅✌️
17/05/2026
stimela Samalahleh❤️
25/04/2026
Usizi Umfana ona 12 years uthe ebuya eskoleni wayo vakashela umngani wakhe kanti umngani ovakashelwe bazothi bedlala endlini I TV Game aye kamelweni lababa wakhe wabuya nesi bhamu sababa wakhe bathe betshengisana sona besi hlohla savele saqhumaa kanti ngenkathi siqhumaaa sibheke ngaku lo ovaka shelwe
saqhumaa inhlamvuuu yangena ekhandaa ,omakhelwane bezwe ngengane zihayizaaaa bebe ngena endlini khona esidubulekile igazi ligcwele indluuu
bayiphuthumisa esbhedlela,ngoba ibisa phefumula ngenhlanhla o Dokotela bathi ikwi cormaa ayi shonanga kodaa bathe uma beyi xilonga bathola ukuthi inhlamvuuu ithinte ingxenye yobu chopho bakwa right kweso kudla yangawu shiya u poisen ingakho umtwana esindile
okunye abaku shilo bathole ukuthi lonke I side lweso kudla kwa right seli disabled likhubazikile lonke, umtwana usezo phila ngoku khubazeka
Bamba laaah��